OneNote API

Ama-API e-OneNote yomsebenzi noma isikole manje ayatholakala
kanye nesibonisikuqala sokuhlanganiswa Kwegrafu Ye-Microsoft.

Okwe-Windows, i-Windows Phone, i-iOS, i-Mac, i-Android kanye Newebhu

OneNote API

funda

ireferensi ye-api

Amadokhumenti ethu asebenzelanayo akusiza ukuthi uqale ngokushesha ngama-OneNote API.

amadokhumenti

Izinsiza ze-MSDN zihlanganisa izifundo kanye nezinye izinto zamareferensi ezikusiza uqonde ukungena nokuphuma kwe-OneNote API.

amasampula ekhodi

I-akhawunti yethu ye-GitHub inamasampula ekhodi e-Android, i-Windows, kanye nayo yonke into emaphakathi.

amavidiyo

Uchungechunge lwe-OneNote Development ku-Channel9 lukubonisa indlela yokuhlanganisa uhlelo lwakho ne-OneNote.

umphakathi

ibhulogi

Ungathola lonke ulwazi lwamuva lwezici eziseza kanye nokuthuthukiswa kwesevisi ngebhulogi yethu.

twitter

Ingabe amaposi ebhulogi uwathola emade kakhulu? Thola umongo wezinto nge-akhawunti yethu ye-Twitter.

stack overflow

Sonke sike sayisebenzisa i-Stack Overflow. Manje usungaphendulwa imibuzo yakho emayelana nama-OneNote API lapho futhi.

nikeza impendulo

Ingabe unesiphakamiso esihle se-API? Ingabe ubheke ukuthola imibono eyengeziwe mayelana nohlelo lwethu? Hlola iforamu yethu ye-UserVoice.